Cornelius Ntamane

Cornelius Ntamane Home decor and ideas for kids

23/10/2020

Ngisabathanda abantu nginicelela izinhlanhla nempumelelo kuko konke enizigqaja ngako.

08/10/2020

Zimpande eseziyomila aqhakaza amahlemvane zacweba iziziba πŸ™Œ

03/10/2020

Inkazimulo namandla makube kithina sonke sizibonakalise ekuzihlonipheni izidalwa ezenyama nezikamoya ngo(Baba wethu osezulwini)

30/09/2020
27/09/2020

Ngicelela wena siqu sakho ukuba zikhanye izimo zakho ube ngumlimi ongumvini Lapho usuphela amandla ume ngezwi (Baba bambhulele..Abay'bon'imfihlakalo yeZulu...Baningi bayakholwa kodwa Abay'bon'imfihlakalo yeZulu 🎢🎢

26/09/2020

Kuwe Odangele noshaqekile Nawe ophonse ithawula (AKULAHLWA MBHELEKO NGAKUFELA)πŸ™Œ
Ngikuthanda kulezozinyembhezi ungakahlomuliswa.

23/09/2020

Ibuswa Kuwe πŸ™Œ Engajabhi Yize Seyibekwa Amabala, Kholwa Nguwe Ze Ubenokuphila Kwaphakade u(THANDO ALUZIKHUKHUMEZI).

21/09/2020

Ngalelithuba Eselithe Lavela Ngiyaphaphatha Ngesicelo Sokutotobiswa Sithelelane Amanzi Izandla Nezinyawo Sizwe Sakithi πŸ™Œ

Address

Watersmeet

Telephone

+27786410109

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Cornelius Ntamane posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share