EzaseCato Ridge

EzaseCato Ridge Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from EzaseCato Ridge, Shopping & retail, Pietermaritzburg.

27/01/2023

Sanibonani Bahlali abakhele I Cato ridge

04/12/2021

Ezingena manje izindaba kwezaseCato Ridge

Umndeni umfuna ephila ophuze utinasi ezitshela ukuthi ugologo

Umndeni wesibongo engeke sisidalule uthi uyifuna iphila indodana yayo ephuze utinasi izitshela ukuthi ugologo.

Uthi uma bengayivusi bazothumela otikoloshe babo bayohlasela ngaba vele endaweni badume ngokuthakatha.

Uthi vele bona bewomndeni bebethembele kuyona indodana yabo ekuthakatheni ,ngoba ebusuku ibikwazi ukuthakatha imizi engaphezulu kweyishumi.

04/12/2021

Kushuke esinamathambo kaDenge kuficana intombi nendoda enyangeni

Kube ongaphansi ongaphezulu kuficana intombi nesoka layo enyangeni ,akekho ubuze ukuthi omunye uzofunani lapha bavele bangivelana ngequpha kwanjeyaya

Ithe inyanga izama ukulamula yavele yabona ukuthi ayingangayo wabashiya kanjalo esigodlweni sayo basala banwephulana wena owabona izinkunzi ediphini

Kuzwakale sekumemeza umakhelwane ethi lamula Bo N**i izingane zizobulalana .
Inyanga lapho ivele yabachela ngentelezi bahlukana.

04/12/2021

Address

Pietermaritzburg

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when EzaseCato Ridge posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share