Lalela Couriers

Lalela Couriers We operate a shared courier system to keep costs affordable. You can also hire us at R15 per kilometre.

Siyahlanganisa ama-parcels, siyakuthengela (iRunner), futhi siyalanda izinto ezisukela kuma-small parcels kuya kwezinkulu ezifana nefenisha.

Akekho ofisa simthengele nansi i-Cooler Box/Fieldbar enhle for a very affordable price (R550) laphaya eGoli ngoba sizobu...
22/08/2026

Akekho ofisa simthengele nansi i-Cooler Box/Fieldbar enhle for a very affordable price (R550) laphaya eGoli ngoba sizobuyela nje? Kuningi ke nokunye, it's up to you ukuthi ufunani.

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

LALELA COURIERS - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

Kade sasifisa ukuphathiswa abantu abahlala ema Hostela, namuhla siphathiswe amakhabethe amancane from Thokoza Hostel, kw...
22/08/2026

Kade sasifisa ukuphathiswa abantu abahlala ema Hostela, namuhla siphathiswe amakhabethe amancane from Thokoza Hostel, kwaMshayazafe, to Nongoma. Asethembe namanye azolandela.

We're on our way to emakhaya, sizohamba via Ulundi. Mawuse Newcastle, Vryheid, Denny Dalton, and Makhosini, ufisa ukuphathisa something to Ulundi or Nongoma, sithinte manje.

WhatsApp: 0350012252

LALELA COURIERS - Sisebenzela wena πŸ™πŸΌ.

We are still in Johannesburg, we are collecting just few items mase siyahamba. Akukho ofisa ukukuphathisa fast?WhatsApp ...
22/08/2026

We are still in Johannesburg, we are collecting just few items mase siyahamba. Akukho ofisa ukukuphathisa fast?

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

LALELA COURIERS - Silalela Wena πŸ™πŸΌ.

21/08/2026

Sathembisa abantu ukuthi siyongena phakathi emakhaya as long as besithumile, so we don't have a choice ngoba sazisholo thina. Sibambezelekile kodwa ngoba u 09h30 uyoshaya siseGoli it's not a train smash.

Ufuna ukusiphathisa? Send a WhatsApp message ku 0350012252 manje.

LALELA COURIERS - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

Injabulo yenu isinika intokozo thina as Lalela Couriers. Siyabonga for trusting us ngemali yenu πŸ™πŸΌ. We will always try o...
21/08/2026

Injabulo yenu isinika intokozo thina as Lalela Couriers. Siyabonga for trusting us ngemali yenu πŸ™πŸΌ. We will always try our best to bring a smile to your face noma sometimes we face challenges, but you're our priority.

Sekusile sisemgwaqeni. EGoli sizofika around 09h00, asiphumuli ke sizofike sithenge, siqoqe mase siyabuya. Ufunani?

WhatsApp βœ…οΈ; 0350012252

Lalela Couriers - Convenient Against All Odds.

Bavele bajabula bafa abashana silethe ama Combo amabili laphaya Osuthu, kwaSibiya. Laphake umuntu nomuntu ubeqoka okwakh...
20/08/2026

Bavele bajabula bafa abashana silethe ama Combo amabili laphaya Osuthu, kwaSibiya. Laphake umuntu nomuntu ubeqoka okwakhe. This was our last delivery from Durban orders.

Kungekudala sizobe sibheke eGoli. Akukho ofisa sikubuyele nakho kusasa eGoli? We will probably deliver on Saturday.

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

Lalela Couriers - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

Sizosuka after 21:00 this afternoon from Nongoma to Johannesburg. Kusasa ebusuku siyabuya. Akukho ofisa ukusiphathisa kh...
20/08/2026

Sizosuka after 21:00 this afternoon from Nongoma to Johannesburg. Kusasa ebusuku siyabuya. Akukho ofisa ukusiphathisa khona?

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

Lalela Couriers - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

Asehlile ama prices wethu, business people bazothola discount ngoba ba order njalo.Lokhu kuzokusiza ukusheshe ubone ukut...
20/08/2026

Asehlile ama prices wethu, business people bazothola discount ngoba ba order njalo.

Lokhu kuzokusiza ukusheshe ubone ukuthi malini ukuthathelwa into, noma sekuthiwa ayikho la but uzobuka elingana nayo then confirm with us on WhatsApp.

Uma usibhalela qinisekisa ukuthi unazo lezizinto zontathu:

1. Isithombe sento ofisa ukuthathelwa yono, (you can Google similar picture).
2. Location or address la esithatha khona nqo.
3. Location or address la esihambisa khona nqo, (you give name of nearby school/clinic).

We have one WhatsApp number 0350012252

Sizosuka after 18:00 kusasa mase siya eGoli so makukhona ofisa ukusiphathisa anything you still have a chance. Sizobuya ...
19/08/2026

Sizosuka after 18:00 kusasa mase siya eGoli so makukhona ofisa ukusiphathisa anything you still have a chance. Sizobuya Friday, 21 August 2026.

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

LALELA COURIERS - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

Kusasa lokhu okusayo siya eGoli sizobuya Friday. If kukhona ofisa ukusiphathisa khona send us a a WhatsApp message now o...
19/08/2026

Kusasa lokhu okusayo siya eGoli sizobuya Friday. If kukhona ofisa ukusiphathisa khona send us a a WhatsApp message now on 0350012252.

Lalela Couriers - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

Address

Nongoma

Opening Hours

Monday 06:00 - 17:00
Tuesday 06:00 - 17:00
Wednesday 06:00 - 17:00
Thursday 06:00 - 17:00
Friday 06:00 - 17:00
Saturday 06:00 - 17:00
Sunday 08:00 - 15:00

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Lalela Couriers posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share