05/05/2020
......Kodwa ngoba kwakungumunt okholwayo wayebuye ezithethele yn.
(ethi nkosi ngithethele thambisa inhliziyo ym .Nebala ekubon lokhu MAMKHWANAZI ukuth umakoti omdal akamfuni ngathi abathelelani amanzi kwakumel eqaphele yonke into akayenzayo nakayidlayo ngomlom wakhe.MAMKHWANAZI wajwayelan nomama endaweni ababengalungile bezithanda izindab zabantu behlezi belwisana nokuphumelel kwabantu.lokho bekwenza ngokuphindelela futhi benokuganga okuthile.
Nomamkhwanazi wangen kubo omama ababili ababethanda izindab zabantu futh bechith nemindeni ehlangene.
Kwazise nomamkhanazi ungomunye wabantu abachith imizi yabant futhi bayikhonzil nemithi yesizulu ababesebenzisa yon ukuchith lemizi .Landa iqembu lomama ababili sekungene nomamkhwanaz owesthathu.
Kwathi ngenye imin behlezi ngaphakathi kwangubane bebambe yon lemhlangano yabo ngabantu abaphumelelayo.
UMAMKHWANAZI wavuk nendab yasekamelweni lakhe Yokuth ngathi akaneme nezeh uyabona ukUthi nakhu ezoluza umkhenyan wakhe ngathi uzofa emshiye nalomakoti om dala. Uthi akamfuni nalapho ehambekhon. Wayebon Kahle ukuthi uzophuthelwa amafa,nezimali eziyizindodla ebhange ,imfuyo egcwele isbaya kanye nama plazi👾kwakumel ayisukumel phezulu lendaba yingakho ezeh wacela abahlobo bakhe bemcebise ngaloludaba ukuze azothol izinto zomnyeni wakhe.
Bamtshela ngokhamba olumnyam olunembiza phakathi okwakumele eyoliphehla emaliben lapho kufihlwa khon abantu abangasekh emhlabeni. Lolukhamba kwakumel libe nomkhonto omncane phakathi ayezophehla ngalo ukhamba ethumele izibhobo kwimbangi yakhe bese enzah nokhamba lwesizulu oluncane owayezolifak izinalithi ezincane ukhamba lukanoliToto utikoloshe wakhe owayezowuthumela kumama umasbiya ukuba umbulale.