LU'S BOOK

LU'S  BOOK I'm willing to share story with all

09/07/2022

KOBANINI?

P 1

Mr Mdleko ukhulume no Zinhle emuva kokuthi kungahambi kahle,
Estolo sika Mr Mdleko UZinhle ubesebenza kulestolo esincanyana.

Mr Mdleko: Zinhle ngicela usondele ngalapha. (uZinhle ayeke abekwenza asondele ku Mr Mdleko eme phambi kwakhe eduze komnyango westolo)
Zinhle ngibenezinhlelo zokuthi ngikuholele lenyanga edlule kanye lalena esiyiqalile.

Adonse imvelophu umDleko anikeze uZinhle, amukele imvelophu UZinhle kwehle nezinyembezi ecabanga usizi lakubo, abonge uZinhle ngeliphansi izwi leli ebonakala nasebusweni ukuthi akeneme ngokulahlekelwa kwakhe yilomsebemzi abewenza lapha estolo samDleko, ahambe uZinhle uya ngasekhaya lakhe.
Ucabanga izingane zakubo kakhulu lezi ezisafundayo kanti zifunda nasezikoleni ezikhokhayo, abe efika ekhaya kuthuke u cc wakhe uAmahle amelamayo mebona UZinhle engena ngesango ehunqa izinyawo.

Iyaqhubeka:

Address

Harding
Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when LU'S BOOK posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category