Zululand News Network

Zululand News Network ๐Ÿ“ฐ Bringing you the latest news, community updates, and trending stories from Zululand and across KwaZulu-Natal. Stay informed. Stay connected.
(1)

Amatsh*tshi agcwele kubo ka Ngizwe emzini owashayo Izimbali zesizweโค๏ธ
10/08/2026

Amatsh*tshi agcwele kubo ka Ngizwe emzini owashayo Izimbali zesizweโค๏ธ

Kodwa ibuhlungu impilo yabaculi bafowethu bayaphela emgwaqweni bafela amagigi abantu abangabakhokheli,labobantu benza en...
09/08/2026

Kodwa ibuhlungu impilo yabaculi bafowethu bayaphela emgwaqweni bafela amagigi abantu abangabakhokheli,labobantu benza enkulu imali kodwa amaciko awakhokhelwa.

Yaze yabuhlungu inhliziyo yami ngaleliciko,phephisani South Africa ๐Ÿ‡ฟ๐Ÿ‡ฆ ๐Ÿ’”๐Ÿ’”๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ญ๐Ÿฅฒ.

UMvelikuqala engathi engapholisa izinhliziyo zomndeni nabalandele nesizwe sonke sese Msinga๐Ÿฅฒ๐Ÿฅฒ๐Ÿฅฒ๐Ÿ’”.

Julius Mkhwanazi usephinde waboshwa futhi. Kulokhu uboshelwe icala lokubulawa kuka Emmanuel Mbense owabulawa waphoswa ed...
05/08/2026

Julius Mkhwanazi usephinde waboshwa futhi. Kulokhu uboshelwe icala lokubulawa kuka Emmanuel Mbense owabulawa waphoswa edamini.

Imininingwane ngokubulawa kuka Emmanuel Mbense yavezwa u Witness D, okwathi emuva kwesikhashana eveze lokhu wabulawa.

Julius Mkhwanazi uboshwe kanye nabanye abasolwa.

Wednesday siyaMarch eGoli sisuka ka Mai Mai siyonqamula eHillbrow siyikhombe eYville mase siyozwa uPolice Commissioner w...
05/08/2026

Wednesday siyaMarch eGoli sisuka ka Mai Mai siyonqamula eHillbrow siyikhombe eYville mase siyozwa uPolice Commissioner waseGauteng ukuthi ithini iFeedback mayelana neMarch esasiyibambe mhlaka 30 eGoli asiphelele maHostela siphinde siwuqophe lowamlando

๐Ÿ‡ฟ๐Ÿ‡ฆ๐Ÿ˜ขโ€ผ๏ธ
04/08/2026

๐Ÿ‡ฟ๐Ÿ‡ฆ๐Ÿ˜ขโ€ผ๏ธ

03/08/2026

Ake sithayimisane maphanta iyiphi I business enemali koda abantu abaningi abaythatha kancane?

Lekampani iyeba why uma uthenga inyama emini beyiletha ebsuku njalo?๐Ÿ˜ฉ๐Ÿ’”
03/08/2026

Lekampani iyeba why uma uthenga inyama emini beyiletha ebsuku njalo?๐Ÿ˜ฉ๐Ÿ’”

Ngeke ulibone ICHUNU muzobuka lesthombe ujahilee๐Ÿ˜‚๐Ÿ™๐Ÿพ
03/08/2026

Ngeke ulibone ICHUNU muzobuka lesthombe ujahilee๐Ÿ˜‚๐Ÿ™๐Ÿพ

Ongangokujula KoLwandle๐Ÿ‡ฟ๐Ÿ‡ฆโค๏ธ๐Ÿ™Œ๐Ÿพ๐Ÿ‘๐Ÿพ๐Ÿ‘๐Ÿพ๐ŸงŽ๐Ÿฝ๐ŸงŽ๐Ÿฝ๐ŸงŽ๐Ÿฝ.
03/08/2026

Ongangokujula KoLwandle๐Ÿ‡ฟ๐Ÿ‡ฆโค๏ธ๐Ÿ™Œ๐Ÿพ๐Ÿ‘๐Ÿพ๐Ÿ‘๐Ÿพ๐ŸงŽ๐Ÿฝ๐ŸงŽ๐Ÿฝ๐ŸงŽ๐Ÿฝ.

02/08/2026

Ayikho into enyanyisa njengentombazane efike ithi izoza ijike ingezi ๐Ÿ˜•

Address

Umzimkhulu
Umzimkulu
3297

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Zululand News Network posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share