Mbuso ekjableni

Mbuso ekjableni Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Mbuso ekjableni, Shopping & retail, 13446 mandlanzini, Mandlazini.

29/07/2026

Yaz kudala kwakumnandi kabi ngoba wawsuka nje uhambe ibanga elide uyoqhetha entombini amafoni engekho, kwakungafonwa wawvele usuke nje uye khona ungaytshelanga futhi. Yaybona ngawe nje usutheleka ingabi nankinga futhi ngoba vele uysoka layo, uma usukhathele izovuka iye ekhishini iyobeka amanzi or ugeze ngabandayo nilale uvuke ekseni ubuyele ekhaya.

Awu kleskhathi samanje angeke ukbone lokho kthiwa kmele ufone ka3 before ufike kyona ngoba vele aythembene, washo njalo ubhuti uMenzisto wathi ukuze ukhulule inhliziyo nempilo ihambe kahle fona ka3🤣🤣. Ngisho lapho ihlala khona kseduze kofanele ufone ngoba mawngafoni ungazthola ususenkingeni yokuthi iyona engekho noma knomunye endlini yayo. Ey lento yamafoni iyona le eyafika noSatanism wokufebe

Kazi abethu abadlali baseMzansi abancane bayoke befike yini klelizinga njengalaba bafana bakwamanye amazwe
28/07/2026

Kazi abethu abadlali baseMzansi abancane bayoke befike yini klelizinga njengalaba bafana bakwamanye amazwe

LesiStriker esisha sePirates sivezwa njalo skhahlela kodwa angikaze ngbone svezwa sikhahlelela ipali sbone nebhola selin...
27/07/2026

LesiStriker esisha sePirates sivezwa njalo skhahlela kodwa angikaze ngbone svezwa sikhahlelela ipali sbone nebhola selingenile awu kungadlalwa ngathi madoda

21/07/2026

Mmh saphumula izkole zivuliwe abanye kade bebalekela ukugunda izolo befuna uklova namhlanje lasho ikama kugogo wabo namhlanje 🤣

14/07/2026

Ey uMessi uzphethe ezinye izngane ngentelezi futhi uphethe le eyaseHostela, zyaphuma nje zyaqhasha embangweni, ay unalo ikhubalo

Nguwena mfana namhlanje bengzoshisa inyama ngihambe ngyothenga i24 yeBayede(stella) nghlale phansi ngcelebratele ukshawa...
14/07/2026

Nguwena mfana namhlanje bengzoshisa inyama ngihambe ngyothenga i24 yeBayede(stella) nghlale phansi ngcelebratele ukshawa kweFrance locoach ukwenze ishlama kakhulu bengeke ishawe kanje ukhona ukdelelile locoach, akhlalise yonke imdlalo engakniki nfisho u5 minutes nje egroundi yonke lemdlalo ew7

Lensizwa yashiya igame yayo neNew zealand yagijima iyobona kzalwa ingane yayo kanti igijimela ivezandlebe, ukube eyalana...
14/07/2026

Lensizwa yashiya igame yayo neNew zealand yagijima iyobona kzalwa ingane yayo kanti igijimela ivezandlebe, ukube eyalana eMzansi ngabe kukhulunywa okunye manje akudlalwa la emzansi, mmh kwakubi Doku mfana imbi lento ekwehlele but ke zbambe ziqine boy

10/07/2026

Senisukile manje kuChristian Ronaldo, senikuMbappe senigqishe kyena aycha iyesatshwa lensizwa yakwaMessi🤣🤣

09/07/2026

Plc abalandeli bakaRonaldo kmele bakwamukele iPortugal iphumile bengalokhu benakana noMessi ukuthi wenzani ngoba bazozhenga

Address

13446 Mandlanzini
Mandlazini
3446

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mbuso ekjableni posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share